Back to previous page
Yimalini okudingeka uyonge?
- Imali encane ongayonga ngu-R40 ngenyanga.
- Uvumelekile futhi ukonga imali engu-R40 noma ngaphezulu noma yingasiphi isikhathi.
- Indlela engcono yokonga imali ngukwenza i-debit order (kudonswa imali kwi-akhawunti yakho) njalo ngenyanga.
- Ukhumbule ukuthi yize ungonga noma yimalini othanda ukuyonga kwi-akhawunti yakho, yilowo R2 400 wokuqala kuphela ngonyaka ozokwazi ukuthola ibhonasi ngawo.


