| 19 January 2010
Back to previous pageIzindleko
- Kune-fee engu-1,25% (ingabaliwe i-VAT) ethathwa kwingeniso esuke itholwe yi-Fundisa Fund.
- Uma uthathe isinqumo sokutshala imali ube kade ulekelelwa ngumeluleki wezezimali, kungenzeka akukhokhise i-fee engeqile ku-3% waleyo mali oyitshalile. Lokhu kusho ukuthi, njengesibonelo, uma ungatshala imali engu-R40 ngenyanga nenyanga, inani lika-R1,20 kungenzeka lidonswe kuleyo mali oyitshalile bese likhokhelwa lowo ongumeluleki wakho.


